Okay so we've all been taught about Izingcezu Zenkulumo (Parts of Speech), or at least have an idea of what they are...but do we REALLY know what they are?
Okay so let me help. There are 6 main headings, namely:
1. Usobizo
2. Isichasiso
3. Isilandiso
4. Isikhanyiso
5. Isibabazo
6. Isihlanganiso
Asiyicubungule kahle-ke lento (Analysis by revealing sub-headings):
1. Usobizo = igama elisebenza ngengomenzi noma umenziwa emshweni.
* Ibizo (noun)
* Isabizwana
- sokubala (zonke, bonke, ngedwa, sonke etc.)
- sokukhomba (lo, loya, loyaya)
- soqobo (yena, bona, zona, thina)
2. Isichasiso = igama eisichazela ngobunjalo buka sobizo / describes uSobizo
* Isiphawulo : adjectives isib. -ncane, -khulu, -fushane, -de, -ningi, -hle, -mbi etc.
* Isibaluli : (usually colours) isib. elimhlophe, elimnyama, elimnandi, ezimbalwa
* Ongumnini : Lisitshela ngokuthi into ingekabani/yakhiwe ngani/ isetshenziselwani noma kuphi/
* Inani : (-ni, -nye, -phi, -mbe)
isib. Muntu muni ofike la?
Munye umuntu okhulume nami.
3. Isilandiso = yigama elisilandisa ngokwenziwa uSobizo:
* Isenzo (verb) : lisitshela ngokwenziwa usobizo
isib. Umama uthethise umfowethu.
* Isibanjalo : lisitshela ngobunjalo bento.
Kusetshenziswa iziqalo: yi-, wu-, ng-
isib. Ubaba yibhubesi.
4. Isikhanyiso = igama elisikhanyisela ngokuthi isilandiso senziwe kanjani
* Isandiso : sendawo, senkathi nesesimo
* Isenzukuthi
isib. UNonjie uhleli dekle akenzi lutho.
5. Isibabazo = igama elikhombisa ukubabaza.
Kungaba ukubabaza okuveza:
- Injabulo (Halala! Ngcingci!)
- Ukunengwa/Ukudinwa (Nxa!)
- Ukunxesezela (Nxese! Phephisa!)
- Ezokulwa (Ashila! Maluju!)
-Ezokwenqaba (Cha! Chabo! Chabobo! Qhabo!)
...etc
6. Isihlanganiso (conjunction) = lihlanganisa imisho emibili
isib. Geza izitsha anduba uyolala.
Qoqa izimpahla bese ukhipha izibi.
..... Well that's about as much as I know :)! If you've got more information on this, feel free to drop me an email at: nokuhlekhumzo@gmail.com or drop me a comment.
Thanks for "tuning" in and I hope you've learnt something!
- Nokuhle Sinqobile Kumalo
Ps. Please do NOT question your teachers based on what I post. This is what I've been taught and it is not 100% correct. This is just to help you... from one student to another.
Wednesday, 2 December 2015
INTRODUCTION
HELLO EVERYONE...or should I say SAN'BONANI!!!
Don't you just hate how you can never find Spark notes/summaries on IsiZulu books or how there's never any notes on the internet to help you with your language??
WELL THIS IS MEANT TO HELP YOU :)!
Enough with the chit-chat, let me get cracking !
Love from
Nokuhle Sinqobile Kumalo
Ps. Feel free to contact me if you need anything and/or if you have suggestions please drop me an email: nokuhlekhumzo@gmail.com .
Subscribe to:
Posts (Atom)