Okay so we've all been taught about Izingcezu Zenkulumo (Parts of Speech), or at least have an idea of what they are...but do we REALLY know what they are?
Okay so let me help. There are 6 main headings, namely:
1. Usobizo
2. Isichasiso
3. Isilandiso
4. Isikhanyiso
5. Isibabazo
6. Isihlanganiso
Asiyicubungule kahle-ke lento (Analysis by revealing sub-headings):
1. Usobizo = igama elisebenza ngengomenzi noma umenziwa emshweni.
* Ibizo (noun)
* Isabizwana
- sokubala (zonke, bonke, ngedwa, sonke etc.)
- sokukhomba (lo, loya, loyaya)
- soqobo (yena, bona, zona, thina)
2. Isichasiso = igama eisichazela ngobunjalo buka sobizo / describes uSobizo
* Isiphawulo : adjectives isib. -ncane, -khulu, -fushane, -de, -ningi, -hle, -mbi etc.
* Isibaluli : (usually colours) isib. elimhlophe, elimnyama, elimnandi, ezimbalwa
* Ongumnini : Lisitshela ngokuthi into ingekabani/yakhiwe ngani/ isetshenziselwani noma kuphi/
* Inani : (-ni, -nye, -phi, -mbe)
isib. Muntu muni ofike la?
Munye umuntu okhulume nami.
3. Isilandiso = yigama elisilandisa ngokwenziwa uSobizo:
* Isenzo (verb) : lisitshela ngokwenziwa usobizo
isib. Umama uthethise umfowethu.
* Isibanjalo : lisitshela ngobunjalo bento.
Kusetshenziswa iziqalo: yi-, wu-, ng-
isib. Ubaba yibhubesi.
4. Isikhanyiso = igama elisikhanyisela ngokuthi isilandiso senziwe kanjani
* Isandiso : sendawo, senkathi nesesimo
* Isenzukuthi
isib. UNonjie uhleli dekle akenzi lutho.
5. Isibabazo = igama elikhombisa ukubabaza.
Kungaba ukubabaza okuveza:
- Injabulo (Halala! Ngcingci!)
- Ukunengwa/Ukudinwa (Nxa!)
- Ukunxesezela (Nxese! Phephisa!)
- Ezokulwa (Ashila! Maluju!)
-Ezokwenqaba (Cha! Chabo! Chabobo! Qhabo!)
...etc
6. Isihlanganiso (conjunction) = lihlanganisa imisho emibili
isib. Geza izitsha anduba uyolala.
Qoqa izimpahla bese ukhipha izibi.
..... Well that's about as much as I know :)! If you've got more information on this, feel free to drop me an email at: nokuhlekhumzo@gmail.com or drop me a comment.
Thanks for "tuning" in and I hope you've learnt something!
- Nokuhle Sinqobile Kumalo
Ps. Please do NOT question your teachers based on what I post. This is what I've been taught and it is not 100% correct. This is just to help you... from one student to another.
thank you sisi it helped
ReplyDeleteyini isifanekiso
ReplyDeleteThere's no such in Zulu we have isifaniso instead. It's a metaphor.... for example: Ukhulumisa okukayise (Lapha siyafanisa)
DeleteOr you wanted to say umfanekiso?
isifaniso can be the figurative meaning.
DeleteYini ongumnini wesichasiso ngichela ungichazele
DeleteYini ongumnini wesichasiso ngichela ungichazele
Deleteamazing this is very very helpful to people the way you explained everything here is perfect
DeleteNgyabonga ingisizile Ka khulu
DeleteIsifaniso in English it's a simile.
DeleteYini usobizo
Deletevery helpful, thanks MaKhumza.
ReplyDeleteThis is nothing but perfect!
ReplyDeleteSiyabinga sisi๐
Informative!!
ReplyDeleteHi cc thanks alot...
DeleteThanks cc it helps alot
Deletethank you so much
Deletenot much info bout Zulu on the net...i guess me and others who've been here we appreciate your effort
ReplyDeletethank you sisi you've helped me kakhulu... ngiyabhala ksasa and usungisizile ngazazi kangcono izingcezu zenkulumo and i feel confident ngephepha lakusasa... syabonga ngosizo lwakho
ReplyDeleteThank you.
ReplyDeleteThank you.
ReplyDeleteThank you dear
ReplyDeletethanks lots very helpful,kukhona hlobo luyini lwezivumelwano
ReplyDeleteNg'yabonga sisi ingisizile incazelo yakho
ReplyDeleteITS HELPING
ReplyDeleteThanks mem uv helped me hey
ReplyDeleteThanks mem uv helped me hey
ReplyDeleteMbulazi!
ReplyDeleteThank you thank you thank you
ReplyDeleteThank you๐๐
ReplyDeleteImisindo edetshwelwe iphinyiswa kuphi? (Ubusazingela) kudwetshelwe b
ReplyDelete(Ukhonto) t
(Ohlonywe) n
(Umkhwife) f
Yuuuu dankie cc uncedile
ReplyDeleteThank u
ReplyDeleteThis is very helpful, thank you so much
ReplyDeleteThank yiu soso mucngisizakeleng kakhulu
ReplyDeleteThanx this is really helping ang gives knowledge
ReplyDeleteThanks uwusizo jakhulu kythina. May God bless you
ReplyDeleteTnx cc. U really helped even though I'm doing grade 9๐๐๐๐
ReplyDeleteImisho yesizulu, yini ugogo
ReplyDeleteShort and straight to the point
ReplyDeleteIbizo mvama yini?
ReplyDeleteyini isifenqo
ReplyDeleteIncazelo kabanzu ngenani
ReplyDeleteinani
ReplyDeleteYn ubhalo magama oluhlanganisa amagama...noma kusuke kukhulunywa ngan laphoke
ReplyDeleteAm looking for izivumelwano sesiphawulo
ReplyDeleteThank u cc!❤
ReplyDeleteThank you๐
ReplyDeleteGREAT WORK!
ReplyDeleteThank you๐
ReplyDeleteThank you so much๐๐๐. You're a life saver!
ReplyDeleteThank you so much ๐✨❤️
ReplyDeleteGreat work. Ngiqela ungisize ngezaga nezisho
ReplyDeleteEnkosi
ReplyDeleteThank u a lot this helped
ReplyDeletencezu yini yenkulumo igama *Yomuntu*?
ReplyDeletesacela ungchazela kabanzi ngeSabizwana sesichasiso
ReplyDeleteYaze yachaza kahle le ngane yazi
ReplyDeleteThank u sisi
ReplyDeleteThank you for this useful information
ReplyDeleteSiyabonga☺
ReplyDeleteKyalebua
ReplyDeleteSiyabonga sis❤๐
ReplyDeletengicela ukubuza, izivumelwano zenhloko nezikamenziwa zinamathela kuluphi ucezu lwenkulumo?
ReplyDeleteSiyabonga ngosizo lapho qhubeke usize nabanye
ReplyDeleteUsize kakhulu Mtungwa๐๐ฟ
ReplyDeleteIt made a difference thank you ma sister
ReplyDeleteIt made a difference thank you ma sister
ReplyDeleteThis was helpful.God bless.❤
ReplyDeleteThank you this helped alot
ReplyDeleteHello... Yini isilandiso (ukulandisa, wukwenzani) ??... Ngicela ningichazele kabanzi
ReplyDeletePlease can you give me 4 examples of isikhanyiso
ReplyDeleteThis comment has been removed by the author.
DeleteReally thankful for the information
ReplyDeleteYini ucwezu lenkulumo?
ReplyDeleteSibonge sisi
ReplyDeleteEnkosi sisi
ReplyDeleteUma udumazekile ngabanye abaphangi nabelaphi, abahlulekile ukukunikeza imiphumela oyifunayo. Qiniseka ngalesi sikhathi nge-spell caster enamandla kakhulu futhi onesiphiwo esingokomoya ongake uhlangane nayo.
ReplyDeleteXhumana naye uma wazi ukuthi ubhekene nale nkinga engezansi
I-imeyili: wightmagicmaster@gmail.com
I-WhatsApp: +17168691327
(1) Uyayithanda i-Ex yakho?
(2) Ngabe uhlala unamaphupho amabi njalo?
(3) Ufuna ukukhushulelwa esikhundleni emsebenzini?
(4) Ngabe ufuna abesifazane / abesilisa abagijime ngemuva kwakho?
(5) Ufuna ingane yakho?
(6) Ufuna ukuceba?
(7) Ngabe ufuna umyeni / unkosikazi wakho abe ngowakho unomphela?
(8) ufuna ukukhulisa usayizi kadokotela wakho? / Uhlale isikhathi eside lapho wenza ucansi?
(9) Ufuna ukuthola imali yakho elahlekile?
(10) Ngabe ufuna ukumisa isehlukaniso sakho?
(11) Ufuna isehlukaniso?
(12) Ngabe ufuna zonke izifiso zakho zinikezwe yinoma ngubani?
(13) ukupela ukukhulelwa isidingo sokukhulelwa kwengane?
(14) Ngabe ufuna ukumisa umshado wakho noma ubudlelwano noma ukuphuka.
(15) Ingabe ukuthola kunzima ukunqoba icala enkantolo?
(16) Ngabe ufuna ukushada nomlingani wakho ngokushesha okukhulu?
Futhi, ikheli lami le-imeyili lithi: wightmagicmaster@gmail.com
I-WhatsApp: +17168691327
Xhumana naye ngokushesha kuzo zonke izinkinga zakho bese uxazulula isimo kungakapheli izinsuku ezimbalwa.
Thank you so much
ReplyDeleteThank you
ReplyDeleteThanks so much ๐ฅฐ cc
ReplyDelete